Page 905 - Zulu-1883-Bible
P. 905

26 uJesu wa pendula, wa ti, Ngi qini- sile, ngi qinisile, ngi ti kini, A ni ngi funi ngokuba na bona iziboiiakaliso, ni ya ngi fuua ngokuba na dhla iziukwa ne suta.
27 Kepa ni nga sebenzeli ukudhla okububayo, sebenzelani ukudhla oku- miyo, ku be ukupila okupakade, e ya kuniuika kona iNdodana yoniuntu ; ngokuba uYise uTixo u bekile upau kuyo. isa. 4. 14 II Mat. 3. 17. & 17. 5.
Mark1. 11.&9.7. Luk.3.22.&9.35. isa. 1. 33. &5. 37. &8. 18. Imis. 2. 22.. 2 Pet. 1. 17.
28 Ba ti kuye, Si ngenze njani, si ze si sebenze iniisebenzi ka Tixo na?
29 uJesu wa pendula, wa ti kubo, Ilo- wo umsebenzi ka Tixo, ukuba ni kolwe uye a m tumileyo. 1 John. 3. 23.
30 Ba ti kuye, "SVenza isibonakaliso sini, si bone, si kolwe uwe na? u sebe- nzani na? Mat. 12. 38. 1 Ivor. 1. 22.
31 Obaba betu ba dhla imana elilane njengokulotyiweyo ukuti, Wa ba uika ukuba ba dhle isinkwa esi vela ezulwiui.
Eks. 16. 15. Liiib. 11. 7. Neh. 9. 15. 1 Kor. 10. 3. IzihI. 78 24, 25.
32uJesuwati kubo,Ngiqinisile,ngi qinisile, ngi ti kini, uMosi ka ni nika- nga isinkwa esi vela ezulwiui ; kodwa uBaba u ni nika isinkwa esi vela ezu- lwiui nqobo Iwaso.
33 Isinkwa sika Tixo si uyena owehla ezulwini, o li nika izwe ukupila.
34 Ba se be ti kuj-e, Nkosi, si pe lesi- sinkwa ngesikati souke. isa. 4. 15. 35 uJesu wa ti kubo, Mina ngi isi- nkwa sokupila ; ozayo kimi ka yi ku-
lamba, nokolwa imi ka yi koma. i.?a. 4. 14. & 7. 37.
36 Kodwa nga ti kini, Xi ngi bonile, a ni kolwanga.
37 Konke a ngi nika kona uBaba, ko za kimi ; nozayo kimi a ngi sa yi ku- mlahla. Mat. 24. 24. isa. 10. 28, 29.
38 A ngehlanga ezulwini, ukuba nge- nze intaudo yami, ngehle ukuba nge- nze intando yongitumileyo. Mat. 26. 39.
isa. 5. 30.
39 Loku ku intaudo ka Baba o ngi tumileyo, ukuba konke a ngi nike kona ngi nga lahlekelwa uto kuko, kepa ngi ku vusa ngomhla wokupela.
isa. 17. 12. & 18. 9.
40 Loku ku intando yongitumileyo,
ukuba lowo o bona iNdodana, e kolwa iyo, a be nokupila okupakade, ngo m vusa ngomhla wokupela. isa. 3. 15, 16.
41 Kona abajuda ba konona ngaye, ngokuba wa ti, Mina ngi isinkwa e sehla ezulwini.
42 Ba ti, Lo a sij'e uJesu indodana ka Josefa, oyise nonina esi baziyo na? u tyo kanjani po ukuti, Ngehlile ezulwini na? Mat. 13. 55. Mark 6. 3. Luk. 4. 22.
43 uJesu wa pendula, wa ti kubo, Ni nga kononi pakati kwenu.
44 A ku ko muntu o ngeza kimi, uma uBaba o ngi tumileyo e nga m donsi ngi ze ngi ni vuse ngomhla wokupela.
Isihl. 1. 4.
45 Ku lotyiwe kubaprofeti ukuti, Ba ya kufundiswa uTixo bouke. Lowo o zwile ngoBaba, wa funda, u yeza kimi.
Isai. 54. 13. Jer. 31. 34. Mika 4. 2.
46 A ngi tyo uBaba u bonwe umuntu, kupela o vela kuTixo, lo u m bonile uBaba. isa. 1. 18. Mat. 11. 27. isa. 1. 18. 47 Ngi qinisile, ngi qinisile, ngi ti kiui, O kolwa ini u nokupila okupakade.
isa. 3. 16, 18, 36.
48 Ngi isinkwa sokupila.
49 Oyihlo ba dhla imana ehlane, se ba fa.
50 Lesi si isinkwa esehla ezulwini, ukubaumuntuasidhle,angafi.
51 Ngi isinkwa sokupila e sehla ezu- lwini : uma umuntu e dhla lesisinkwa, u ya kupila ku ze ku be pakade. Isi- nkwa engi za kusinika, si inyama yami, engi ya kuinika i be ukujjila kwezwe.
isa. 3. 13. Heb. 10. 5, 10.
52 Ba pikisana abaJuda, be ti, Lo a nga si nika kanjani inyama yake, si i dhlena? isa. 7. 43. & 3. 9. 53 uJesu wa ti kubo, Ngi qinisile, ngi qinisile, ngi ti kini, Uma ni nga i dhli inyama yeNdodana yomuntu, ni puze
igazi layo, a ni uakupila kimi. Mat. 26. 26, 28.
54 Lowo o dhla inyama yami noijuza igazi lami, u nokupila okupakade ; ngi ya kumvusa ngomhla wokupela.
isa. 4. 14.
55Inyamayamii ngukudhlaisibili, negazi lami li ngukupuza isibili.
56 Lowo o dhla inj-ama yami nopuza igazi lami, u hlala kimi, nami ngi hlala kuye. 1 John. 3. 24. & 4. 15, 16.
57 NjengoBaba opilayo u ngi tumile, nami ngi pila ugoBaba, ku njulo uaye o ngi dhlaj'o, u ya kupila ngami.
58 Lesi si isinkwa esehla ezulwiui; a ku njengojuhlo ba dhla imana, se ba fa o si dhla lesisinkwa wo pila ku ze ku be pakade.
UJOHANE, 6.
101
;:
 





















































   903   904   905   906   907